Uncategorized

OHULUMENI BOKUBAMBISANA BABONAKALA SEKUQOQWA

EBUZWA ngombono wakhe ngodaba lokuxoxisana namanye amaqembu ngenhloso yokwakha ohulumeni bokubambisana. ama coalation governments, uSihlalo kazwelonke weqembu ebelibusa i African National Congress (ANC), uM<nu Gwede Samson Mantashe, uvele wathi,”oHulumeni bokubambisana abahlelwa, kodwa bavezwa yisimo”.